Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3 3.1.1036

3

Pro hodnocení programu se prosím nejprve přihlaste

Staženo
3 ×
IBhayibheli — Yinhlanganisela yemibhalo yamaHeberu namaKristu equkethe izambulo zikaNkulunkulu. Igama elithi ibhayibheli lisho ukuthi “izincwadi.” IBhayibheli ngumsebenzi wabaphrofethi abaningi futhi nababhali ababeshisekelisiwe ababenza izinto ngamandla oMoya oNgcwele.

IBhayibheli lamaKristu linezigaba ezimbili, ngokuvamile ezibizwa ngokuthi yiTestamente eliDala neTestamente eliSha. ITestamente eliDala linezincwadi zemibhalo engcwele ezazisetshenziswa phakathi kwamaJuda aseFilistiya ngesikhathi sobufundisi beNkosi basemhlabeni. ITestamente eliSha linemibhalo yesikhathi sabaPhostoli futhi lithathwa ngokuthi linobungcwele namandla afanayo njengemibhalo engcwele yamaJuda. Izincwadi zeTestamente eliDala zithathelwe emtapweni wezincwadi wesizwe wamakhulu amaningi eminyaka futhi cishe wonke wabhalwa ngesiHeberu, kanti izincwadi zeTestamente eliSha ziwumsebenzi wesizukulwane esisodwa futhi zabhalwa ikakhulukazi ngesiGriki.

Khetha incwadi ukulalela noma thwebula:

iTestamente eliDala
iTestamente eliSha

EBhayibhelini lesiHeberu (iTestamente eliDala) izincwadi zazihlukaniswe kathathu: nguMthetho, ngabaPhrofethi, nemiBhalo. IBhayibheli elisetshenziswa ngamaKristu lihlukanisa izincwadi ngokwendikimba, njengezomlando, ezezinkondlo, nezeziphrofetho.
  • Verze programu

    3.1.1036

  • Poslední aktualizace od vývojáře

    23. 12. 2019

  • Počet stažení za měsíc

    0 ×

  • Velikost

    6,6 MB

  • Potřeba instalace:

    Ne

  • Web autora

    LOVDIV - Audio Religious Books Free

Zobrazit více
Přejít do Google Play
Zdarma

Sdílet

TIP: Stahují se vám programy pomalu? Změřte si rychlost svého internetového připojení.